Ukhozi FM TV luyaqhubeka njalo likulethela abaculi abahlabahlosile, abaculi abadumile eNingizimu Afrika nasezweni lonke jikelele. Igama elithi Dearson uyalazi uma ungumuntu ozithandela umculo weHouse. UCebo Mthwane odume ngelikaDearson kulesiqephu usilandisa kabanzi ngobudlelwane bakhe noNkulunkulu.

UDearson ungumbhali womculo no mculi onezingoma ezidume umhlaba wonke, lapho okubalwa khona i-Spirit, Onjengawe kanye neYes God. Zonke lezi zingoma zikhuluma ngoNkulunkulu kodwa eziculwa kwisigqi seHouse music.

Thokozela lenkulumo ngokubukela lesiqephu.

#Dearson #Housemusic #UkhoziFMTV #UkhoziFM

Like or share