UDokotela Pretty Zungu uqeqeshwe eNyuvesi ukuthi alaphe ngalamakhambi, kumkhakha obizwa ngokuthi i-“Homeopathy”. Kulengxoxo uDkt Pretty usilandisa kabanzi ngaloluhlobo lokwelashwa.
Kulesiqephu sifunda ukuthi uyakwazi ukuyofunda ukwelapha ngamakhambi esintu eNyuvesi kodwa ungayona inyanga noma isangoma, kodwa abe nguDokotela .
Thokozela lenkululumo efundisa kabanzi ngokuba uDokotela olapha ngokusebenzisa amakhambi esintu.
#UkhoziFMTV #DKTPrettyMkhize #Homeopathy