USandile Cele ungumntwana kaNkulunkulu uMfundisi ohola ibandla elibizwa ngokuthi i-The Ark of Worship International kanye nomkakhe. UMnu noNkk Cele bangabasunguli be- Raising an Altar Of Prayer, okuwuhlelo lapho bathandazela abantu futhi bathandaze kanye nabantu ezinkundleni zokuxhumana.

USandile Cele ungumculi owathola udumo esaseqejini elikhulu lomculo wokholo i-Joyous Celebration.

Thamela lengxoxo abenayo no Muzi Mthabela esilandisa ngempilo yakhe.

#SAMusicMonth #SandileCele #UkhoziFMTV #UkhoziFM #Zidlekhaya

Like or share