Abakwa-Sasko basungule umkhankaso obizwa ngokuthi i-Sasko Siyasizana Campaign ehlose  ukusiza izingane ezingama-1 000 000 ukuthi zidlale kahle.

Ngesonto eledlule bebevakashele isikole saseMlazi ukunikela ngenkundla yozokudlala kubafundi baseNkonkoni Primary School

Inhloso yabakwa-Sasko ukuthuthukisa izinkundla zokudlala ezikoleni zonkana eMzansi.

People who care make things better.

#MadeWithCare #SASKOCares

Like or share