UMuzi Mthabela oshayela uhlelo Ukhozi FM TV ubenengxoxo nochwepheshe bezimboni ezehlukene njengoba sibungaza iminyaka engama-30 yentando yeningi. Lapho okubalwa khona uStanley Khoza ongusihlalo we ngqungquthela yomculo i-Moshito.

Kuphinde kubekhona umphathi wezokukhangisa (SABC – Ukhozi FM) u-Amanda Khanyile kanye no Mnu Khaya Ndwandwe, onguSomlando nezamasiko.

Hlanganyela nathi ekugubheni iminyaka engama-30 yentando yeningi njengoba sixoxa ngomnyombo wenkululeko nezihambeli zethu. #UkhoziFMTV #30YearsofDemocracy #MuziMthabela #StanleyKhoza #AmandaKhanyile #KhayaNdwandwe

Like or share