Ukhozi FM TV beluvakashele engadini yase-Agri Glam eNgonyameni. Kulesiqephu, sixoxa no Sphindile Xulu ongumlimi noMsunguli we-Agri Glam, ingadi yomuntu omusha ozama ngamandla akhe ukuthi kubekhona okuyangase thunjini ekhaya. Lomlimi osemusha ukhuthele futhi uyazikhandla ngolwazi lokulima.

Thokozela lengxoxo esilandisa ngempumelelo yakhe kwezolimo.

#Ezolimo #AgriGlam #UkhoziFMTV #UkhoziFM

Like or share