Uhlelo Eshilo no Thembeka Zondo-Cele lwabanezihambeli okungabafundi abaphasa ngamalengiso uMatikuletsheni wabo. Kubafundi abenze kahle kakhulu ezifundweni zabo kubalwa kubo uAsanda Dube, Mandisa Maphumulo, Luyanda Mngoma kanye noPamela Mahamba.

Njengomsakazo sisaqhubeka nesiqubulo sethu sokuthi #TrendaNgemfundoYakho ngoba #ImfundoIyadlisa” ngempela imfundo iyona eyokuvulela iminyango eminingi.

Thokozela lesi siqephu uphinde uzizwele ngezikhalazo zabo nabafisa ukusizwa ngakho beqhubeka nemfundo beya eNyuvesi.

#UkhoziFMTV #Eshilo #UhamboNoNkulunkulu #ImfundoIyadlisa #TrendaNgemfundoYakho

Like or share