Umsakazo Ukhozi FM ugunyazwe ukuthi ufundise abantu basemiphakathini yethu, ngezinto ezahlukane. USthabile kulesiqephu uhamba no Neliswa ukuyobona udokotela wakhe, eyohlolwa njengomuntu owake waba nomdlavuza, ukuthi ngabe awukabuyi na? Namhlanje ungusomabhizinisi ongaconsi phansi.

USthabile uyintokazi esencane, ebhekene nezimo ezinzima kakhulu empilweni.Thamela lesiqephu uzofunda kabanzi ngezinyathelo ezingqala ekumele uma uzithola ukulesimo.

#UkhoziFMTV #Cancer #Umdlavuza #UkhoziFM64 #30YearsOfDemocracy

Like or share