USthandwa Nzuza uxoxa noZola Mbatha ngezinto ezibalulekile okumele imindeni izazi mayelana nemishado yesintu, ukubhaliswa kwayo kanye nomnqamulajuqu wangomhla zingama-31 kuNcwaba 2026.

Kusho ukuthini uma umshado wesintu ungabhalisiwe? Yimaphi amalungelo asemthethweni okufanele abantu abashadile bawazi? Futhi kungani kubalulekile ukuhlela ikusasa lomndeni wakho kusenesikhathi?

Kule ngxoxo siphinde sikhulume ngama-will nama-estate, nokuthi ukungabi ne-will kungawuthinta kanjani umndeni kanye nefa elishiywe umuntu.

#WozaNabanganiBakho #UkhoziFMTV #UmshadoWesintu #ZolaMbatha #SthandwaNzuza #AmalungeloAkho #WillsAndEstates

Like or share