How to enter

Thumela i-voice note nge WhatsApp ku 066 275 0750, usitshele ngomuntu osempilweni yakho ofanelwe ukunakekelwa okwengeziwe.

NIVEA Rich Nourishing Body Lotion & Cream

Start date |

Closing date | 2023-10-01 06:00:00

I-NIVEA Rich Nourishing Body Lotion & Cream ine Deep Moisture Serum eyi 5in1 Complete Care. Leyo i-NIVEA’s most complete care. Zizwe unokuzethemba ngesikhumba sakho esihlala sithambile kuzekube ngamahora angu 48, ukuvikeleka kwesikhumba sakho ukuthi singomi, sihlale sizwakala sibushebelelezi, singenawo amafutha amanengi futhi sinempilo kunangaphambili. Ngoba i-NIVEA Rich Nourishing Body Lotion & Cream ikunika ukunakekeleka okuphelele, thina sifuna ukunika umuntu omkhathalelayo imali ezomumangaza lapha emsakazweni uKhozini FM. Thumela i-voice note nge WhatsApp ku 066 275 0750, usitshele ngomuntu osempilweni yakho ofanelwe ukunakekelwa okwengeziwe. Yenza isiqiniseko sokuthi usebenzisa i-#UkhoziFM uma uthumela umyalezo wakho. Nobabili singanithumelela uR2500 umuntu ngamunye. Ngezilokotho ezinhle zakwa NIVEA Rich Nourishing Body Lotion & Cream.

Like or share competition